INdlunkulu yobukhosi bakwaZulu ibambe isithangami sabezinda

2022 ж. 23 Мау.
44 865 Рет қаралды

Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #COVID19News kuSocial Media.

Пікірлер
  • I think the Royal family has got a right to choose the person who is going to be a king they must not be denied that right. Inkosi yakwa Buthelezi ikhethwe abantu bakwa Buthelezi kuhle lokho !!!

    @junersangweni3126@junersangweni31265 ай бұрын
  • Imani eqinisweni mambuka ukhona uNdlunkulu uGwabini anichazele.

    @brianlong8006@brianlong80065 ай бұрын
  • Sazi kahle yini eningazi ukuthi ubukhosi akubona okwenu okwesizwe

    @zgmkwambo5306@zgmkwambo5306 Жыл бұрын
  • Laba bazodlala am lawyer. Thixo bavule amehlo

    @noziep4270@noziep4270 Жыл бұрын
  • Inkinga indlunkulu ayifuni ukwamukela ukuthi Isilo iNdlulamithi isona esiyinkosi ka Zulu okokuqala kuyacaca ukuthi Isilo esibusayo isona umnikazi wesihlalo, veleke uma kukhotheme Inkosi kuhleze kunokungaboni ngaso linye, uNkulunkulu uhlakaniphile ngoba umbize umtwana esesibekile Isilo eshlalweni Saso, lala ngokuthula Shenge 🙌

    @MthokozisiNgcobo-yu5xw@MthokozisiNgcobo-yu5xw2 ай бұрын
  • Shenge ngamuzwa ekhuluma ngesixebe kodwa akathanga isifebe haybo!!!!!ngiyakhuza lelo phutha.ngimdala mangingaka MHSRIP.Makungakhulunywa amaphutha.NO.

    @lindiweluciantshangase6089@lindiweluciantshangase60893 ай бұрын
  • PHUZA i atrong ulale wena.Siyekele wena Mbonisi nemona wakho lomkhulu.

    @user-jh5pm@user-jh5pm Жыл бұрын
  • Opportunists!

    @slulu7352@slulu7352 Жыл бұрын
  • Sesiyibekile iNkosi Khohlwa

    @sifisongwazi3789@sifisongwazi3789 Жыл бұрын
  • Niyafa uphuzo bo. Angikaze ngiwubone umona ongaka.Nizomelwa izinhliziyo beningamfuni ngempela uShenge beniyizitha lezi ezingabonakaliyo.Niswele amandla okumbulala ngezandla

    @user-ov2ll2lr8t@user-ov2ll2lr8t5 ай бұрын
  • Ngibuye ngidideke...kanti uMdlokombane zange alobole yini unina ka prince smakade ngoba phela fanele abe yinkosi makunjalo.ooho!!!!!!!nxm.kuthwa isizwe savele sayolobola ngenqwaba yezinkomo leeee Swatini.....lowo ndlunkulu kwathiwa nguye oseyozala isilo.nempela wazala uNgangezwe lakhe lo Misuzulu.Qha!kusahamba kahle.

    @lindiweluciantshangase6089@lindiweluciantshangase60893 ай бұрын
  • Amadoda amadala ngabe alungisa iNdlunkulu bt yibo abayibulalayo musani kudlala ngesizwe izimali zomkhulu nobaba abazikhipha kulotsholwa Ndlovukazi kwakudlalwa kahleni bo

    @user-cc4xp9ur4x@user-cc4xp9ur4x7 ай бұрын
  • Isixebe nesifebe akufani

    @luckysbongisenimadonselamk4129@luckysbongisenimadonselamk4129 Жыл бұрын
    • Mbonisi awuyeke umntwana wakaphindangene enze umsebenzi wakhe

      @mandisaayandakhanyile365@mandisaayandakhanyile365 Жыл бұрын
  • Laba bakhaliswa wukuthi bebemelene neSilo uMisuzulu kaZwelithi. Babona ukuthi sebrzosala ngaphandle emakhazeni. Amadoda amadala lawa, mawahambe ayofuna amatoho, asebenze. Uma nithi iSilo sigcotshwa amalunga omndeni, ubani owagcoba iSilo sakwaDukuza? Ngoba safika nebutho siqhamuka ebukhosini bakwaMthethwa, undunankulu uNgomane wafike wamemezela ukuthi "nansi iNkosi"!

    @trendingglobevibes4900@trendingglobevibes4900 Жыл бұрын
  • Since the royal family organised news briefing. There is nothing I can pin point.those elders they have their own agenda to push

    @normanntsako8452@normanntsako8452 Жыл бұрын
  • Khohlwa maGeba ayikho leyonto yakho

    @sifisongwazi3789@sifisongwazi3789 Жыл бұрын
  • Sidlala Bantu badala njeee

    @user-cc4xp9ur4x@user-cc4xp9ur4x7 ай бұрын
  • Mina ngthemba kakhul inkoc yam umkhul kim mntwana wakaphindangene ngiyakholelwa kuye Inkoc yam enye fut le engiyaziyo king misuzul sihole ngonyama singabakho Ngithanda umoya wakho nokuzithoba ngangezwe

    @mthunzinkwanyana9353@mthunzinkwanyana9353 Жыл бұрын
  • Ukubeningabafowabo besilo. Ubhejane ngane aniyenzilento yokukhipha inyumbazana inganryisilo. Akekho umuntu. Owakewashiyelabafowabo ushiyelinganeyakhe. Nina. Nibulawa. Umona

    @thobamcambi6777@thobamcambi6777 Жыл бұрын
  • Siyanithanda ndlunkulu yethu thina sizwe sakwaZulu.

    @cairozulu6700@cairozulu67004 ай бұрын
  • 😂😂 vala indlela lo

    @nhlanhlagumede376@nhlanhlagumede3765 ай бұрын
  • Shwele nkosi nangubaba onomona ongaka

    @user-jh5pm@user-jh5pm Жыл бұрын
  • Ulwa eyakhe indaba yakhe sesikwazi sonke,

    @mamkhwa8286@mamkhwa8286 Жыл бұрын
  • Kubuhlungu ukubona uMntwana uMbonisi ezenza ibhungezi ebe elwazi usiko lokubekwa kweNkosi esihlalweni, Imbube ekhotheme uBhejane Phuma esiqiwini yahlala esihlalweni ngoba yayesekwa uNdunankulu kaZulu uMntwana wakwaPhindangene lona esenimbiza ngoMshana manje..

    @gcinasimphiwe518@gcinasimphiwe518 Жыл бұрын
    • You mad

      @marceilnagadu8325@marceilnagadu8325 Жыл бұрын
    • Awulaleli, nelhanda lakho liqinile. Umuntu akazikhetheli ukuth uzalwa ngubani , uzalwa kanjani. It doesn't qualify misuzulu ukuth abe inkosi ngoba nakhu ezalwa intombi yasebukhosini. Ayisebenze I common sense.

      @Sp8e@Sp8e5 ай бұрын
  • Cha ubala olunididayo kwakungafanele lenziwe yini ihlambo undunankulu ekhona xolani bo Ndaba landelani lo owashiywa hayi nina yinto yesizwe akusiyo into yenu le xolani lapho

    @siphamandlaernest1366@siphamandlaernest1366 Жыл бұрын
  • Bkusho ukuthi nohlala esihlalweni nonke ngenza ngenza yamagama enu ayi siyabonga

    @nombusomajozi6193@nombusomajozi61934 ай бұрын
  • Nifuna amafa eNgonyama nina

    @zenzelestanley7253@zenzelestanley7253 Жыл бұрын
  • Ndabezitha empeleni ngibona ngathi niyadideka okufanele nikwazi ngibona engathi kuyanidida ukuthi nina anifani nami ngoba nina ningabasendlunkulu ezinye izinto ngeke nizikhulume bo Ndaba xolani mina nje mfoka Ndlovu ngiyanizwa indaba zendlunkulu ngeke zikhulunywe yini ngisho senithanda lo enithi animufuni nguyena oyozikhuluma osmthethweni mina ngiyanizwa xolani kwabekwa lokhu ngobukhulu ubuhlakani ningacabangi ngisho nangelilodwa ilanga nifune ukwazi ngezinto zendlu izonixaka dedani kuzo yebo ezenu Kodwa ukuzikhuluma ngeke ngiyazithoba kini

    @siphamandlaernest1366@siphamandlaernest1366 Жыл бұрын
  • UMATHUBESIZWE SIKAZULU

    @khulekanimhlongo4210@khulekanimhlongo42105 ай бұрын
  • Bitterness

    @spost9397@spost9397 Жыл бұрын
  • Ningo babumncane ibani yibo niyeke yonke lento eniyenzayo, uMisuzulu ka Zwelithini nguye inkosi bayede wena wendlovu true king of the Zulu kingdom

    @sydneythapelomanthoa5561@sydneythapelomanthoa5561 Жыл бұрын
  • Buzani u GAtsha Buthelezi wuye owayehamba phambili ngokubekwa kuku Misizulu benithuleleni asaphila yekani ukukhohlisana I certificate asikhiswha yi family 😊

    @emilykumalo2931@emilykumalo29316 ай бұрын
  • Umtwana wakwaphindangene ungenelele ngoba ebona indlunkulu ukuthi yehlukene phakathi ngombono wendlovukazi eyayikhonjwe njengebamba akukho okubi akwenzile umtwana wakaphidangene

    @DumisaniNtuli-gt1zb@DumisaniNtuli-gt1zb11 ай бұрын
  • Waze wanenhliziyo ebuhlungu kangaka Mntwana Mbonisi yini kodwa inkinga yakho awufuni ukwamukela. Yini ukuba nenzondo engaka kaMntwana wakwaPhindangene engasekho emhlabeni. Yenzani inhlambuluko nina none ebukhosini. Thina esingzmaZulu senzenjani.Sicela nilihoxisile igama likaButhelezi uphumule manje yekani u.phefumulo wakhe ulale ngoxolo.

    @user-ov2ll2lr8t@user-ov2ll2lr8t5 ай бұрын
  • When questions ask by the media.they never come out clearly, why ...

    @normanntsako8452@normanntsako8452 Жыл бұрын
  • Mbonisi ngeke uze ube yiNkosi, thula manje hlala phansi kudala uthemeleza, uMdlokombane esaphila wawuthule du, manje usulingisa ibhungane.Anisibona abanikazi begceke ningamaphekula egceke nina.

    @ManJay3220@ManJay3220 Жыл бұрын
  • BoNdaba nazidida ngeke avume uZulu wonkana ukuholwa abantu abangawazi umlando resizwe wabo baphuma oKhafalandi bayosifunela inkosi nansi niyibona iyiyiyona futhi ayiciciyeli

    @nombusomajozi6193@nombusomajozi6193 Жыл бұрын
    • Dankoo Nombuso wayibeka ngayizwa leyo Indlulamithi ingakabekwa ngeke sidlale oMbonisi asinesabi bungachitheka bugayiwe Dinuzulu ompisholo.

      @brianlong8006@brianlong80065 ай бұрын
    • HLUKANANI NOMTHWANA WAKWAPHINDANGENE ZIWENGU.LIKHONA ITOHO KWASAWOTI.😮😮😮

      @brianlong8006@brianlong80065 ай бұрын
  • Mageba vuma ukuthi umtwana kamfoweni ukuthi usengubaba wakho manje. Ngizibuza ukuthi yini lena ekuphatha kabi ngalendlela, thina singuZulu siyayamukela Ingoyama yethu uMisuzulu ka Zwelithina. Khula Mageba ngoba thina sikubuka njengo baba ohlukanisa indlunkulu.Akuselula ukusishintsha kuloku esikholelwa kuko. Amukela ubaba wakho u Misuzulu.

    @gregorydlamini7277@gregorydlamini7277 Жыл бұрын
  • Okwasekhaya okwaseyakhaya

    @ntuthukobuthelezi4803@ntuthukobuthelezi48034 ай бұрын
  • Mbonisi wena uzalwa emgcagcweni kwa-Ndlovu ayikho lento yakho uyazazi uzaleka kanjani, Isilo Bhusha walala nomfazi womuntu uyakwazi lokho siyamazi nomama wakho

    @senzonxumalo8029@senzonxumalo8029 Жыл бұрын
  • Khohlwani bantwana kingani nenzengathi ansawazi manje umlando wobukhosi mina ngeke ngvume ukwakwayini ehlathini ngamabomu ngibe ngiybona indlela.

    @mshushisingubane3099@mshushisingubane3099 Жыл бұрын
    • Ingonyama eyesizwe ayi wena inhlamba iqhamuka kuwe uthuka ubukhosi bukaZulu asifuni kwakwaz izindaba zakho nomawakho yiko unje kanti uzalwa kanje

      @bongiwpurity8032@bongiwpurity8032 Жыл бұрын
  • Very shocking in deed

    @normanntsako8452@normanntsako8452 Жыл бұрын
  • SINYE ISILO USMAKADE SAMAKHOSI.

    @khulekanimhlongo4210@khulekanimhlongo42105 ай бұрын
  • Aaaai suka anisiyekeni nina ngifuna ibhodwe eliconsayo descanso ISILK THINA SINGUZULU BAYEDE NGONYAMA YETHU KING MISUZULU KAZWELITHINI SIHOLE

    @sizakelemlambo2083@sizakelemlambo2083 Жыл бұрын
  • Lento uma uyilandela kahle impela bangabomndeni bekumele ilungelo labo balinikwe futhi benze okwasemndenini, sesinkingeni nje ukungena kwaba ngaphandle komndeni. Nami ngingathuk'thela impela ukuba kulokhu kukhulume ongenalo ilungelo kithi selokhu ehamba phambili eyntweni zomndeni wami, impela ngingagana unwabu 🤞🏽 impela ngyamsola oka Mathole ngokuxova umndeni bandla. Sazekhohliseka sesihambe nakangaka nesikhathi lento ngyasola inesandla somlungu futhi.

    @ndumisojusticenxele833@ndumisojusticenxele8337 ай бұрын
  • Nihlangene ngokubheda kodwa lapha maxoki asendlunkulu nathula nathini ingonyama uZwelithini kaBhekuzulu elande uNdlunkulu ozosizalela iNkosi why nikhulume manje

    @sibonelosibonelo9066@sibonelosibonelo90665 ай бұрын
  • These guys are clueless its shocking 🤔

    @welcomengwenya2294@welcomengwenya2294 Жыл бұрын
  • Ayi wena awungiphi umdlandla

    @nogolitwala5172@nogolitwala5172 Жыл бұрын
  • Hayi isono sombango webhodwe eliconsayo😢

    @makhosazanemweli@makhosazanemweli7 ай бұрын
  • The cetfacate will be issued ,not by the family

    @normanntsako8452@normanntsako8452 Жыл бұрын
    • The certificate is not so important because that is something new but to choose a king that has to do with the royal family . They also look at behaviour of that particular person they intend to choose . The judge the president do not chose but only endorse what the royal family agree upon

      @junersangweni3126@junersangweni31264 ай бұрын
  • Ngokwazi kwami igama elithi mlanjwana alisiyo inhlamba kepha lihlaba esikhonkosini.

    @phendulanimnyandu5740@phendulanimnyandu5740 Жыл бұрын
  • Bafundiswa inhlonipho eNdlunkulu kodwa kulokhu kuthiwa uButhelezi uButhelezi.

    @moffatzulu9548@moffatzulu95487 ай бұрын
  • What of my father

    @sandiledlamini81@sandiledlamini813 ай бұрын
  • Siyanizwa bantwana kodwa niyahluleka ukuchaza ukuthi umsebenzi kandunankulu uyini Ngoba ke nehluleka khohlwani Sesibona ukuthi ngeke kwaba khona iNkosi ngoba nizolokhu nibalekela enkantolo

    @thulanindlovu652@thulanindlovu652 Жыл бұрын
  • Yini kodwa Prince Mbonisi?Yini lezizinto zingakhulunywa nomndeni ,zifunani kwitv? Wawungavimbi ngani kuphuma iinkomo KwaZulu kulotsholwa ebukhosini,baseSwazini ukuze kuzozalwa isilo esizokuphatha. Lempi sengathi iqonde futhi naye noNdunankulu wesizwe sakwaZulu. Sicela ukuthula esiZweni esikhulu ,nesihlonipheke kangaka kwihlabathi lonkana.

    @noluthandonyandeni7882@noluthandonyandeni7882 Жыл бұрын
    • Lisho ukuth igama lamisuzulu Ngoba nalo nje yilo siyabonga yiyo ngempela kanti bayede misuzulu.

      @sabethmthombeni1367@sabethmthombeni1367 Жыл бұрын
  • Aui ayi wena kuthiwa uzalwa isixebe

    @andriesmchunu1367@andriesmchunu1367 Жыл бұрын
    • Ingane yesihlahla iyawuqeda umuzi nansi izisho yona aythule iyihlazo

      @bongiwpurity8032@bongiwpurity8032 Жыл бұрын
    • Womile wena

      @marceilnagadu8325@marceilnagadu8325 Жыл бұрын
    • Bidlalumona

      @marceilnagadu8325@marceilnagadu8325 Жыл бұрын
    • Umona

      @marceilnagadu8325@marceilnagadu8325 Жыл бұрын
  • Wena sizolikhipha ihlo umntwana wakwaPhindangene,wathini ayikho lento oyishoyo wena udinga iklwa ufe

    @brianlong8006@brianlong80065 ай бұрын
  • King had a fling....

    @moffatzulu9548@moffatzulu95487 ай бұрын
  • Nenzani baba kankalipho vulindlela niyasihlaza

    @thapelondwandwe3926@thapelondwandwe3926 Жыл бұрын
  • Nidle obamaganu nina nobathathu.

    @hozenlewele5527@hozenlewele5527 Жыл бұрын
  • Nina ningabafowabo besilo abayimikhufefe. You are so divisive in the name of uniting. Hambani niye emzini yenu

    @hozenlewele5527@hozenlewele5527 Жыл бұрын
  • Ngiyazincoma izintatheli ngenhlonipho.UGoge wayemlalele umntwana wakwaPhindangene ebabiza ngamagama abantwana baka Bhusha abathi bayameseka Unkosi uMisizulu emba kwe nhlangano yomndeni.

    @tilly594@tilly594 Жыл бұрын
  • Uyabhora wena hambolala

    @sindymbau5255@sindymbau5255 Жыл бұрын
  • Bantwana muvumeni umisuzulu nizobona nizobuyela ekuhlonishweni

    @thapelondwandwe3926@thapelondwandwe3926 Жыл бұрын
  • Sorry mtwana kunzima khona

    @MthokozisiNgcobo-yu5xw@MthokozisiNgcobo-yu5xw2 ай бұрын
  • Kancane kancane liyavela

    @sikhangezilemagonya8753@sikhangezilemagonya8753 Жыл бұрын
  • Opportunistic utterances, we know all these to be transpiring amongst the Chieves allover SA, but this one which emerges in the Kingdom of the Zulus is a sheer disgrace.

    @nathanielkgobe427@nathanielkgobe4275 ай бұрын
  • Nisazonisengwa nina.

    @hozenlewele5527@hozenlewele5527 Жыл бұрын
  • Wena wabona kuphi lnkosi engazalwa emshadweni lngane yangaphandle komshado iba Nanking y bangashadanga Co, mangabe bekamthanda kube bashed coz I sithembe sikhona emakhosini yekani uku blamer abantu lungisani lzinkinga zenu zomndeni

    @emilykumalo2931@emilykumalo29316 ай бұрын
  • Ayikho lento uthenge ube control kuze a unite amazulu, laba marina ama shares Denali kuphela, bafuna umuntu uzoba Faka kuzi mali, badala Korea why bevels manje

    @josimkandla6920@josimkandla69207 ай бұрын
  • Dedela inhliziyo Mageba ungagcini usuhlumezeka ngento engakudingi sidalo.uyabona lena ikude nawe yekela iSilo sikaZulu sibuse wena neqembu lakho anifunwa muntu futhi kuyacaca anisoze nafunwa ngisho oyedwa umuntu kwaZulu nilunge niphethwe nani ngengawo wonke AmaZulu

    @siphomichael5190@siphomichael5190 Жыл бұрын
  • Why bekhulumela Egoli njalo bangathi bakhathele

    @Education7798@Education7798 Жыл бұрын
    • Indlela yakhathaza sebebebadala

      @user-cc4xp9ur4x@user-cc4xp9ur4x7 ай бұрын
  • ayiii cha madoda ningobababomncane nina ngeke nisididise kulento eniyenzayo ayilungile iyekeni musani ukuxova umndeni nezingane zenu zingabe zisangenelana ngenxa yenu phumani kulomqondo wenu nibumbe umndeni eyobukhosi icacile nje ngeke kushintshe lokho isilo uMisuzulu kaBhekuzulu uyonibusa nithanda ningathandi phumani kulomqondo wenu ningamadoda senikhulile.

    @thulaniradebe4802@thulaniradebe4802 Жыл бұрын
  • This BABOMNCANE don't like Misuzulu

    @nogolitwala5172@nogolitwala51725 ай бұрын
  • Iyamangazà ekaMbònisì sokubangìsa iSìĺo ecasha ngòvuliñďlela ķanti guye osifuñayo akesikupheñye Sithole ukuthi ngubani okuxhasa ngenkece

    @walterntsele7249@walterntsele7249 Жыл бұрын
  • Khohlwani ayikho lento yenu yekani umona ngeke unisex ndawo

    @emilykumalo2931@emilykumalo29316 ай бұрын
  • Ukulibazisa ngoba niyazi ngeke uqhubeke lutho inkosi ibenammandla Mntanenkosi angathathwa USLOW POISON kunzima

    @nombusomajozi6193@nombusomajozi6193 Жыл бұрын
    • Iyaxokiza lena yakithi ilazikahle iqiniso ivumlwano ilazikahle udidisa umkhondo

      @khethazulu1905@khethazulu19058 ай бұрын
KZhead