Ukhozi FM Election Debate

2024 ж. 2 Мам.
3 692 Рет қаралды

The role of new and smaller parties in the upcoming national elections.
Parties: Nonkuleko Hlongwane Mhlongo (Rise Mzansi); Ntokozo Biyela ( BOSA); Muzi Hlengwa ( African People First) and Mxolisi Phakathi ( ATM).
The debate is live @SABC News Studios in Durban.
Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba kuSocial Media.

Пікірлер
  • Yazi i ATM iyibeka icace indaba yayo ayi inalo i vote lami #VoteATM2024 🖤⚪💙💛💚

    @sanelegiftximba5773@sanelegiftximba577313 күн бұрын
  • Ushintso selufikile! Build One SA (BOSA) iphethe izisombululo ezizothuthukisa isifundazwe sethu 👏🏽 #VoteBOSA2024

    @user-zb1ws2vd9s@user-zb1ws2vd9s14 күн бұрын
  • Thatha APF thatha iqalile APF buyisa sthunzi kubantu kwamina ngyasebenza through APF abanye bayoba maphoyisa manje ngenxa ka APF iyintsha inje kodwa ayilukhulum kphela ushintsho kodwa iyalenza

    @user-px4ed9kn6c@user-px4ed9kn6c13 күн бұрын
  • History will start at KZN when ANC komela I pakishe I beke luthuli house, kodwa ikinga ila ku ma tenders u hulumeni maka enze I data base of skills la ku public works safa I ndlala ngala matenders

    @thivhaisalinelson6511@thivhaisalinelson651114 күн бұрын
  • Ngicela ukubuza du ukuthi wayiningamemi I mean nakuthathelevishin asiyiboni ngiyamangala

    @NcaneSkosana@NcaneSkosana14 күн бұрын
  • APF, siyabonga.Ngithanda lapho uMongameli ethi umnotho mele be sezandleni zabantu abansudu. Until we have economical power we are going to continuously struggle. APF you have my vote

    @mphodube3619@mphodube361912 күн бұрын
  • Uyabona mfoka Mhlaba nezihambeli zakho lapho e Studio ayikho into esazokwenziwa i ANC inikiwe ithuba 30 years wonke kodwa awukho umehluko ewenzile emphakathini wase South Africa. Okokuqala i ANC iyahluleka ukuletha izidingo emphakathini, amanzi asinawo kuphela 2 months or more amanzi engekho, imisebenzi ayikho, ubugebengu uyahluleka u ANC ukubuqeda,ugesi uhamba njalo, 🥺 okwesibili uyabiza ayikho futhi imizamo ayenzayo ngalokho, uR350 ungenzani ngawo ngoba ngisho icard likagesi lika R350 aliyiqedi inyanga ukudlake bese ukuthenga ngani ngoba uphelele kugesi lo R350 futhi awunelanga.Akakwazi ukukhuluma nezitolo kube nemizamo yokwehla kwamanani okudla. Ubusela nje ku ANC futhi akuboshwa muntu ngoba uma kungasetshenziswa iqiniso no Ramaphosa angaboshwa ngoba naye akekho msulwa kwi corruption. Mina ngiyafisa u ANC aphume emandleni uhlulekile, kuningi engikushiyile ahlulekile ukukwenza Ngiyabonga 🙏 ku Khozi FM

    @MashiyaNgcobo-lb2rq@MashiyaNgcobo-lb2rq14 күн бұрын
  • Kunjalo abantu abamnyama abadonsa kanzima kodwa yibo abaphethe izwe inhlangano ebusayo izicebisa yona kakhulu izikhulu ze ANC

    @MashiyaNgcobo-lb2rq@MashiyaNgcobo-lb2rq14 күн бұрын
  • Siyinhlekisa ngisho kulaba abamhlophe bathi akekho umuntu omnyama ongaphatha izwe sidayiswa uKhongolose kulezi ezinye izinhlanga. Ukuvotela nje u ANC kusuke kukhona okungahambi kahle ekhanda lakho

    @MashiyaNgcobo-lb2rq@MashiyaNgcobo-lb2rq14 күн бұрын
  • Asazi kuyozwakala AVE nithembisa Uma nikhuluma kodwa Uma sekufanele nikwenze enikushoyo dololo niyakhohlana bo woza 29 May Sibone

    @sikhumbuzongcobo4242@sikhumbuzongcobo424214 күн бұрын
  • Ngingajabula mfoka Mhlaba ekenilethe ne MK Ngiyabonga 🙏

    @MashiyaNgcobo-lb2rq@MashiyaNgcobo-lb2rq14 күн бұрын
KZhead